Kulimale abangu-64 kushayisana itekisi, ibhasi neveni

2017-10-04 10:56

Johannesburg - Kulimale abantu abangu-64 ngesikhathi kushayisana ibhasi, iveni netekisi ezimpambanweni zomgwaqo u-R25 no-M6 endweni yaseBronkhorstspruit.

Okhulumela i-ER24, uRussel Meiring ngoLwesithathu, uthe abosizo lokuqala nezinye izimo eziphuthumayo bafike endaweni yeisgameko, itekisi belilele ngohlangothi kanti ibhasi lona beliseceleni komgwaqo, iveni nenqola yalo belisemgwaqeni.

OLUNYE UDABA:Iphume nemiphefumulo ingozi enyantisayo

Abosizo lokuqala bathole ukuthi kulimale abantu abangu-64.

UMeiring uthe abalimele balashelwe endaweni yesigameko ngaphambi kokuphuthunyiswa ezibhedlela ezahlukene.

Imbangela yesigameko esenzeke ngoLwesibili ntambama iphenywa yiziphathimandla zendawo.




NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.