Kulimale abantu ababili isitimela siphuma kujantshi e-PMB

2017-12-01 16:00

Pietermaritzburg - Kulimale amadoda amabili namuhla (ngoLwesihlanu) ekuseni ngesikhathi kuphuma amakhoshi athutha impahla kujantshi endaweni yaseBoughton eduzane naseMgungundlovu.

Okhulumela i-ER24 uRussel Meiring uthe abosizo lokuqala baphuthume endaweni yesigameko ngezithuba zabo-06:00 bathola ukuthi amakhoshi amaningi aphumile kujantshi, aseceleni kwawo.

Uthe abosizo lokuqala bathole amadoda amabili elimele. Alashelwe endaweni yesigameko ngaphambi kokuphuthunyiswa eMediclinc Pietermaritzburg.

OLUNYE UDABA:Kulimale abantu isitimela siphuma kujantshi

Imininingwane ngesigameko ayikaziwa kodwa iziphathimandla zendawo ziyaphenya.

Khonamanjalo kwesinye isigameko esenzeke eThekwini ngoLwesihlanu ekuseni, indoda eneminyaka ebalelwa kweko-30 ubudala ishokhwe wugesi ku-Quary Road, eClare Estate.

UGarrith Jamieson weRescue Care, uthe ngezithuba zabo-09:20 abosizo lokuqala babizelwe endaweni yesigameko bafica amalungu omphakathi enza i-CPR kule ndoda.

Abosizo lokuqala babe sebeqhubeka kodwa imizamo yabo ayiphumelelanga.

Le ndoda ihlonzwe njengeshonile khona endaweni yeisgameko.

Amaphoyisa aseSydenham abesendaweni yesigameko kanti ayaphenya.


  - The Independent on Saturday

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.