Kulimale abantu abane kubanjwa inkunzi isitolo samaselula e-Mall

2017-10-05 19:18

Cape Town – Abesifazane abane belashelwe ukulimala abakuthole kubalekwa enxanxatheleni yezitolo eKapa ngesikhathi kuhlasela izigebengu esitolo samselula ngoLwesine ekuseni.

Abasolwa abahlanu ebebehlomile bahlasele esitolo sakwa-MTN eMitchells Plain Westgate Mall ngezithuba zabo-11:35, babaleka namaselula enani elingadalulwanga.

Okhulumela amaphoyisa uLieutenant Colonel Andre Traut uthe bekungakaboshwa muntu ngesigameko.

Okhulumela i-ER24 uRussel Meiring ukuqinisekisile ukuthi ngesikhathi abantu bebaleka, kulimale abesifazane abane.

OLUNYE UDABA: Uvulele ngenhlamvu ebhekise kubafundi

Ngesikhathi ithimba lethu lifika, lithole sekugcwele iziphathimandla endaweni yesigameko, esho.

Abalimele kutholakale ukuthi bathole imihuzuko, ngenhlanhla ekekho obesesimeni esibucayi.

Bathole ukwelashwa endaweni yesigameko ngaphambi kokuba bayiswe esibhedlela.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.