Kulimale abayisithupha kushayisana amaveni amaphoyisa

2017-08-13 11:59

eKapa - Abantu abayisithupha balimame ngesikhathi kushayisana amaveni amabili amaphoyisa.

Lokhu kwenzeke ku-R37 eMelkbosstrand, enyakatho nedolobha laseKapa ngoMgqibelo ebusuku.

Abezimo eziphuthumayo bafike endaweni yesigameko ngo-21:30 ebusuku.

OLUNYE UDABA:Udale ingozi kwashona abantu obebalekela amaphoyisa eKZN

Abe-ER24 bathe bathole abezicishamlilo sebefikile futhi bezama ukukhipha umuntu oyedwa obevaleleke emotweni.

Amadoda amahlanu kanye nowesimame oyedwa balimalile kulesi sehlakalo.

Laba balashelwe kule ndawo ngaphambi kokuphuthunyiswa esibhedlela, kubika iThe Citizen.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.