Kulimale abayisithupha kushayisana itekisi nemoto encane

2017-09-07 11:02

Johannesburg - Kulimale abantu abayisithupha ngoLwesine ekuseni kushayisana imoto encane netekisi eKrugersdorp.

Le ngozi yenzeke ekhoneni likaRobert Broom noCecil Knight ngo-07h30 ekuseni.

Abezimo eziphuthumayo bafike endaweni yesigameko bathola lezi zimoto ziphakathi nomgwaqo.

OLUNYE UDABA:IZITHOMBE: Uthuke woma umfana ecishe ehlala phezu kwenyoka ethoyilethi

Ngesikhathi kuhlolwa abagibeli kutholakale ukuthi bayisithupha abagibeli ebebesetekisini abalimele.

Laba bagibeli balashelwe kule ndawo ngaphambi kokuphuthunyiswa esibhedlelai- Usaf Dadoo Provincial.

[KRUGERSDORP] - Car and taxi collide leaving six injured. https://t.co/kl9duVzNb1 @ewnupdates @eNCA @JacaNews @SABCNewsOnline @News24_SA pic.twitter.com/6SAAqhrcjI

— ER24 EMS (Pty) Ltd. (@ER24EMS) September 7, 2017 >
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.