Kulimale abosizo lokuqala, kwafa imvubu engozini

2017-01-31 13:01

Johannesburg - Kulimale abantu ababili bezimo eziphuthumayo, kwafa imvubu engozini eyenzeke kuMoloto Road, ePitoli.

Abalimele bebephuthuma endaweni yesigameko ababebizelwe kuyo ngoMsombuluko ebusuku ngesikhathi beshayisa lesi silwane.

Okhulumela iLife24 uMercia Blake uthe ozakwabo abazange bayibone imvubu okukholakala ukuthi ivumbuke eRoodeplaat River.

OLUNYE UDABA: Kulimale kabi abosizo lokuqala kushayisana ama-ambulance

"Lesi silwane kuthiwa sivele sathushuka esikhaleni. Ozakwethu bebehamba ngo-100km/h nakuba bebephuthuma endaweni yesigameko. Siyalwazi udumo lukaMoloto Road  yingakho bekufanele baqikelele uma behamba kuwo.

"Azikho izimpawu ezixwayisa abashayeli ngezilwane ngakho-ke besingeke size sisole ukuthi kungase kwenzeke lesi sigameko."

 Izithombe ku-Twitter:

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.