Kulimale amaphoyisa amane imoto yawo ishayisana nebhasi

2017-01-20 18:00

Durban - Asesimweni esibucayi amaphoyisa amane ngemuva kokubandakanyeka engozini.

Imoto yalawa maphoyisa ishayisane nebhasi eningizimu yedolobha laseThekwini ngoLwesihlanu emini.

OLUNYE UDABA:''Angikaze ngiyibone ingozi enje empilweni yami"

Abezimo eziphuthumayo bafike endaweni yesigameko kwatholakala ukuthi bangu-22 abantu abalimele okubalwa kubo namaphoyisa amane.

Lengozi yenzeke ngasesiteshini i-Reunion kumgwaqo uSouth Coast, kubika iTimeslive.

Okwamanje ayikaqondakali imbangela yale ngozi kodwa amaphoyisa asazophenya.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.