Kulimale ingane, 5, ngemuva kokuwelwa yisango

2017-01-25 13:04

Benoni - Kulimale ingane yentombazane eneminyaka emihlanu kulandela ukuwelwa yisango ngoLwesithathu.

Ngokubika kwe-Benoni City Times lokhu kwenzeke eBenoni Agricultural Holdings ekuseni ngabo-07:00.

OLUNYE UDABA:Azibizwe ngezibongo zazo izingane

Abezimo eziphuthumayo bafike kuleli khaya elisekhoneni likaWillow noJarrah Street bathola ukuthi isango selisusiwe phezu kwengane.

Le ngane ithole ukuhlengwa kule ndawo ngaphambi kokuphuthunyiswa esibhedlela iGlynnwood, isesimweni esibucayi.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.