Kulimale iphoyisa lomgwaqo kwesokudubulana eTembisa

2017-03-21 13:32

Johannesburg -  Abasolwa balulele ngenhlamvu ephoyiseni ebelingekho emsebenzini ngesikhathi limisa amadoda abehamba ngemoto esolisayo.

Okhulumela umnyango wezokuPhepha koMphakathi uMichael Sun uthe leli phoyisa lidutshulwe ngo-12:20 emini ngoMsombuluko lingekho emsebenzini

USun uthi leli phoyisa libangwa nezibi esibhedlela, kubika iCitizen.

"Amaphoyisa amabili kaMasipala abehamba emisa izimoto ezisesha njengokohlelo olusanda kusungulwa yilo masipala. Laba bavimbe iveni elimhlophe linamadoda amane asolisayo.

OLUNYE UDABA:Kudutshulwe iphoyisa likamasipala ebeliqaphe indawo esebenza abaqwayizi

"Ngesikhathi lima leli veni, umsolwa oyedwa ukhiphe isibhamu sohlobo lwe-R5-automatic rifle  wadubula lawamaphoyisa," kusho uSun.

USun uqhubeke wathi abasolwa babaleke ngayo le moto yabo kodwa ithokalale ehhostela laseTembisa khona ngoMsombuluko.

Umasipala wedolobha laseGoli unxuse izakhamuzi zase-Ivory Park ukuba zize phambili nolwazi olungaholela ekuboshweni kwabasolwa abadubule iphoyisa.

“Sizoqhubeka nalolu hlelo, kodwa sinxusa amalungu omphakathi ukuba asisize ngolwazi olungaxazulula lolu phenyo lwethu ngokushayela ku-0113755911,” kusho uSun.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.