Kulimale iphoyisda kudutshulwana nabasolwa abebehlomile

2016-07-17 07:46

Johannesburg – Lisesimeni esibucayi iphoyisa elidutshulwe lalimala engalweni ngabasolwa abebehlomile kuProvincial Road eduzane naseFinetown ngoMgqibelo ebusuku, kusho amaphoyosa.

OLUNYE UDABA: Kulimale iphoyisa kudutshulwana nabasolwa eMtuba

Okhulumela amaphoyisa eJMPD uChief Superintedent Wyne Minnaar uthe amaphoyisa amabili amise iveni elimhlophe elizibe ukuma kuphawu lokuma emgwaqen, ngesikhathi amadoda amabili abehlomile ehamba ngezinyawo aqondane ngqo namapghoyisa kwase kudutshulwana.

"Leli elinye iphoyisa elingazange lilimale lidubulile libhekise kubasolwa, base bebaleka," kusho uMinnaar.

Iphoyisa elilimalile liphuthunyiswe eLenmed clinic eLenasia.

Bekungakaboshwa muntu.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.