Kulimale isalukazi kudubulana imigulukudu

2016-12-20 08:03

Cape Town – Kulimale owesifazane oneminyaka engu-66 ubudala esehlakalweni sokudubulana okukholala ukuthi ngesamaqembu ezigebengu e-Elsies River.

Isehlakalo sokudubulana senzeke kuFedora Close, eLeonsdale, ngempelasonto.

Owesifazane kukholakala ukuthi ubezimele ngaphandle komuzi wakhe ngesikhathi edubuleka.

OLUNYE UDABA: Kushaywe umhlengikazi emtholampilo

Kuphinde kwalimala nowesilisa oneminyaka engu-33 ubudala kulesi sigameko.

Okhulumela amaphoyisa uConstable Noloyiso Rwexana uthe: “Zombili izisulu ziphuthunyiswe esibhedlela. Abasolwa bebengakaboshwa.” 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.