Kulimale izigebengu ezimbili kwesokudubula KwaMashu

2018-02-12 19:20

Durban - Kulimale kanzima abantu ababili abasolwa ngokweba ubucwebe esigamekweni sokudubula ku-M25 KwaMashu Highway eduzane naseThekwini ngeSonto.

Iqmbu la madoda asolwa ngokweba esitolo iMayuris Jewellery Store ePhoenix Plaza ntambama.

Okhulumela amaphoyisa uLieutenant-Colonel Thulani Zwane, uthe la madoda awagcinanga ngokweba ubucwebe kodwa ebe imali namawashi aphambili.

OLUNYE UDABA:Sebuzofakwa ama-tracker ubucwebe ezitolo ngenxa yokwebiwa

Inqwaba yabasolwa isagcwele amathafa.

"Abasolwa babaleke endaweni yesigameko ngezimoto ezimbili. Amaphoyisa abikelwe ngesigameko azibona izimoto abe esezilandela," usho njalo.

"Ngesikhathi kuhujwana ku-M25 Highway eduzane naKwaMashu, kusolwa ukuthi abasolwa bavulele ngenhlamvi bebhekise emaphoyiseni namaphoyisa aziphindiselela, kwaboshwa abangu-6 kubalwa nababili abalimalile."

UZwane uthe amadoda amabili alimele aphuthunyiswe esibhedlela kanti aqashwe ngamaphoyise.

"Itholakele enye impahla eyebiwe. Abasolwa babhekene necala lokuphanga nokuzama ukubulala. Kuthungathwa abasolwa ababalekile.

 - TimesLive


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.