Kulimale izingane zesikole engozini yemoto e-KZN

2018-01-26 07:00

Durban - Kulimale izingane ezingu-12 ngemuva kokuba iveni ebezihamba ngalo liginqikele eweni kuWillwfontein Road e-Edendale, KwaZulu-Natal.

Okhulumela i-ER24, uRussel Meiring uthe abosizo lokuqala bafike endaweni yesigamko bafica iveni ngale kwewa.

Izingane, eziphakathi kweminyaka engu-7 nengu-13 ubudala yizo ebezihamba ngale veni.

Lezi zingane zilashelwe ukulimala endaweni yesigameko ngaphambi kokuphuthunyiswa esibhedlela iNorthdale.

OLUNYE UDABA:Iphume nemiphefumulo ingozi enyantisayo

Umshayeli weveni kusolwa ukuthi akatholakalanga endaweni yesigameko, kodwa iziphathimandla ziyaphenya.

Khonamanjalo kwesinye isigameko eGauteng, kushone intombazane, 15, ngemuva kokushayiswa yimoto eduzane nasesikoleni efunda kuso ku-R540 eLanseria, e-West Rand.

UNick Dollman we-Netcare911 ubike ukuthi kusolwa ukuthi umshayeli ubaleke ngemoto yakhe endaweni yesigamekokulandla ukushayisa le ntombazane, ebigqoke umfaniswano wesikole.

Intombazane ilashelwe ukulimala, kodwa ngenxa yamanxeba ayo kugcine kuyenele ngakhona esikoleni.

Amaphoyisa aphenya isigameko.

 - SABC

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.