Kulimale izitshudeni ezimbili kusuka isiphithiphithi ekolishi eliseLimpopo

2018-01-11 11:00

Polokwane - Abafundi ababili abebezozama izikhala zokufunda bangeniswe esibhedlela ngemuva kokulimala nabanye abaningi ngesikhathi kusuka isibhudubhudu eCapricorn TVET, eLimpopo, ngoLwesine ekuseni.

Ngokusho kwabantu ababhale kuTwitter, abafundi abaningi bebenqwabelane ngaphandle kwesakhiwo salesi sikhungo belinde ukuthi kuvulwe amasango khona bezokwazi ukubhalisa, ngesikhathi kusuka isiphithiphithi.

I-tweet yaleli kolishi ngeSonto inxuse izitshudeni ezintsha ukuba zibuye ngoLwesine zizobhalisa.

Akucaci okwamanje ukuthi lesi sibhudubhudu siqale kanjani, kepha kubukeka sengathi izitshudeni ziqale ukubamba ulayini ekuseni ngoLwesine kanti ezinye zilale ngaphandle kwamasango alesi sikhungo.

Most first year students who have slept on the registration queue at Capricorn TVET college in Polokwane, say they are disappointed by this notice #sabcnews pic.twitter.com/YqCnCsdoyU

— Shibu Mamokgere (@shiburyder) January 8, 2018 >

Le migqa emide iza ngemuva kokuthi i-EFF Students Command (EFFSC) ithembise ngokusiza izitshudeni ezishaye indiva imithetho yamanyuvesi, zazifikela qathatha ukuzobhalisela ukufunda.

I-EFF yenze lesi sethembiso ngemuva kokuthi uMengameli Jacob Zuma amemezela imfundo yamahhala kubafundi abahlwempu kuleli.

Ukubhalisa kulindeleke ukuthi kuqhubeke ngoLwesine nangoLwesihlanu kuleli kolishi.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.