Kulimale kabi abantu ebabili engozini eyenzeke eThekwini

2017-02-04 17:02

Durban – Kulimale abantu ababili ngemuva kokuba imoto yabo ishayise idinga emgwaqeni eWentworth, eThekwini ngoLwesihlanu ebusuku, kusho abosizo lokuqala.

Ingozi yenzeke ebusuku ngoLwesihlanu kuTara Road ngaku-Andora Road, kusho okhulumela iRescue Care uGarrith Jamieson ngoMgqibelo.

OLUNYE UDABA

Bobabili abalimele bathole ukwelashwa endaweni yesehlakalo baphuthunyiswa esibhedlela esiseduzane.

Imbangela yengozi ibingakaziwa kodwa kuyaphenywa.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.