Kulimale oyedwa kushayisana izimoto ePMB

2017-09-01 16:02

eMgungundlovu - Kulimale kabi owesifazane ngesikhathi kushaysana izimoto ezimbili emgwaqeni uBoom edolobheni eMgungundlovu.

Lokhu kwenzeke ngoLwesihlanu ekuseni.

Umshayeli wenye yalezi zimoto uthe ubehambisa udadewabo emsebenzini ngesikhathi ephazanyiswa enye imoto.

OLUNYE UDABA:Kuvalwe umgwaqo eMpangeni kulandela ingozi enyantisayo

“Le moto ibiseceleni komgwaqo, bengicabanga ukuthi umshayeli wayo uyangibona ngesikhathi esuka. Ngimangale esezithela phezu kwethu," kusho uNjabulo Majozi.

UMajozi, 27, uthi kulimale kabi udadewabo kodwa ngenhlanhla abezimo eziphuthumayo bafike ngokushesha.

Amaphoyisa afikile endaweni yesigameko kanti aphenya icala lokushayela ngobudedengu.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.