Kulimale oyedwa kwashiswa nezimoto embhikishweni

2017-08-18 14:00

Johannesburg - Kulimale owesilisa kokhelwa ngomlilo izimoto ezimbili ngesikhathi kuqhubeka umbhikisho endaweni yaseMalahleni, eMpumalanga namuhla (ngoLwesihlanu) ekuseni.

Amalungu omphakathi abebhikishela izidingo zomphakathi nokungawutholi umsebenzi, avale umgwaqo ngamatshe nangemfucuza.

OLUNYE UDABA:Kuphinde kwama ukusebenza komunye umbhikisho eVuwani

Owamaphoyisa iLeonard Hlathi uthe amaphoyisa asendaweni yesigameko.

"Amaphoyisa aqaphe isimo kanti futhi sicela ukuba isimo sibuyele esimeni nokuthi uma abantu benezinkinga babhekane nazo ngokulandela imigomo. Uma becekela phansi impahla yabanye abantu lokho kuzoholela ekutheni umthetho ubajezise."

 - EWN

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.