Kulimale umshayeli wetekisi engozini eSiphingo

2016-07-25 16:01

Durban - Kulimale umshayeli wetekisi ngesikhathi imoto yakhe ishayisana nenye itekisi ku-M35 ngasePhilani Valley, ngaphambi kwaseSiphingo, kusho abezimo eziphuthumayo.

Okhulumela i-ER24 uChitra Bodasing, uthe lo mshayeli olimele kukholakala ukuthi uneminyaka engu-35 ubudala, kubika i-ANA.

Akalimalanga kabi, ngenhlanhla lo omunye umshayeli uphume engenamyocu kule ngozi.

OLUNYE DABA: Kulimale 11 engozini yetekisi nemoto

“Uthole usizo lwezempilo endaweni yesigameko wase edluliselwa ePrince Mshiyeni Hospital,” kusho uBodasing.

Akucaci kahle ukuthi yini edale le ngozi, kanti izikhulu ziyaphenya ngayo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.