Kulindele agwetshwe namhlanje owathumba uZephany Nurse

2016-08-15 10:01

Cape Town – Olwamanqamu namhlanje kowesifazane owalahlwa yicala lokuthumba uZephany Nurse enezinsuku ezintathu ezelwe esibhedlela esiseKapa.

Lo wesifazane, 52, uzogwetshwa eNkantolo eNkulu yaseWestern Cape ngoMsombuluko ngokweba le ngane umama wayo elele eGroote Schuur Hospital ngo-1997. 

Ngasekuqaleni kwalo nyaka, iJaji John Hlophe wathola lo wesifazane ohlala eLavender Hill enecala lokuthumba, ukukhwabanisa nokwephula iChildren’s Act.

OLUNYE UDABA: Sekuvele ezithi usezithwele uZephany Nurse

Ubaba wangempela kaZephany, uMorne Nurse, wethula ubufakazi wathi umthumbi wengane yakhe akazange axolise emndenini noma atshengise ukuzisola ngokweba ingane yakhe.

UMbuso ufuna lo wesifazane agwetshwe iminyaka engu-15 etholoza ejele.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.