Kulindeleke amakhaza ashubisa umnkantsha ezingxenyeni zezwe

2016-07-01 08:31

Cape Town - Izikhulu zamathimba ezinhlekelele zimehlomane njengoba kulindeleke amakhaza ashubisa umnkantsha ahambisana nezimvula eKapa namaphethelo.

Kune imvula enkulu ebusuku ebihambisana nomoya omkhulu kanye namakhaza.

Izangoma zezulu zithi kulindeleke ukuba kube neqhwa kwezinye izingxenye zeWestern Cape.

OLUNYE UDABA: Asazoshubisa amakhaza

Isangoma sezulu uHenning Grobbler uthe kule mpelasonto iKapa lizobanda ukudlula zonke ezinye izinsuku kulobu busika.

La makhaza azozwakala naseGauteng kanjalo naKwaZulu-Natal njengoba amazinga okushisa ezoba phakathi kuka-16 no-17 degrees.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.