Kulindeleke isinqumo ngesicelo sebheyili sabasolwa ngokubulala

2016-07-01 06:51

Cape Town – Kulindeleke ukuba iNkantolo yeMantshi eKhayelitsha ikhiphe isinqumo ngesicelo sebheyili esifakwe abalisa ababili abasolwa ngokubulala nokudlwengula uSinoxolo Mafevuka.

Abasolwa, abaneminyaka ephakathi ephakathi kwengu-22 nengu-28 ubudala, bayizihlobo zesoka lakhe.

Ngaphambi kokuba afe kuthiwa bambhozomela ephuma endaweni yokucima ukoma ehamba nelinye isoka.

Funda nalolu daba: Uzame ukuzibulala owenza uGrade 5 ehliselwa kaGrade 4

Umshushisi, uNdakhele Mlungwana, utshele inkantolo ukuthi abazibonela bathi babona abasolwa bethwele umufi ehayiza bebheke naye ezindlini zangasese zomphakathi eKhayelitsha Town Two ngaphambi kokuba abulawe ngoMashi 2 ngezintathakusa.

Umufi waklinywa.

Isidumbu sakhe esinqunu satholwa endlini yangasese.

Imantshi iyalele ukuba amagama abasolwa angadalulwa.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.