Kulindeleke isiphepho eGauteng, eMpumalanga naseLimpopo

2017-10-27 16:01

Johannebsurg - Abakwa-South African Weather Service baxwayisa ngesimo sezulu esingesihle eGauteng, eMpumalanga naseLimpopo namuhla (ngoLwesihlanu) ntambama.

Izangoma zezulu zithi kulindeleke umoya omkhulu kanjalo nezimvula ezinamandla ezingadala izikhukhula.

Kuzoba namaqhwa kwezinye izingxenye futhi angase adale umonakalo.

OLUNYE UDABA:Isimo sezulu sibahlalise kabi abokufika eThekwini

Abesimo sezulu bathi amazinga okushisa angase ehle kakhulu eGauteng kusukela ngoLwesihlanu ntambama nempelasonto yonke.

Isangoma sezulu uWayne Venter uthe: "Silindele isiphepho ezingxenyeni ezisenyakatho nesifundazwe iGauteng. Lesi simo sezulu singaholelea ezimvuleni ezinamandla, umoya omkhulu namaqhwa angase adale umonakala kwezinye izindawo."

Lokhu kulandela isimo sezulu esibi esihlasele KwaZulu-Natal ngasekuqaleni kwale nyanga nesiholele ekutheni umonakalo ubalelwe ezigidini zamarandi.

Kulesi siphepho kwaphinde kwashona nabantu abangaphezu kwabayishumi.

 - TWITTER:

 - EWN

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.