Kulindeleke izinkumbi zabantu kweyokukhumbula uMadikizela-Mandela

2018-04-11 09:30

Johannesburg - Inkonzo yesikhumbuzo sikaWinnie Madikizela-Mandela ezosingathwa uhulumeni izoba se-Orlando Stadium eSoweto ngoLwesithathu.

Phambilini uhulumeni le nkonzo ubeyihlelele ukuba ibanjelwe eRegina Mundi Catholic Church eSoweto ngaphambi kokuba iyiswe kule nkundla. 

Ngeledlule, uNgqongqoshe ehhovisi likaMengameli uNkosazana Dlamini-Zuma wathi ushintsho lwenziwe ngemuva kokubona umthambo omumathwa yinkundla kanye nesibalo sabantu esilindelekile.

OLUNYE UDABA: Akuboshwe indodana kaZuma - Malema

UMadikizela-Mandela udlule emhlabeni ngo-Ephreli 2 eneminyaka engu-81 ubudala ngemuva kokuxinwa ukugula.

Khonamanjalo, i-EFF nayo izohlonipa uMama weSizwe eMajwemasweu Stadium eBrandfort ngoLwesithathu nokuyilapho eyehlala khona esekudingisweni kusukela ngo-1977 uMadikizela-Mandela.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.