Kulindeleke kukhishwe isibalo sabashone ezingozini zomgwaqo

2017-01-10 10:00

Johannesburg – UNgqongqoshe wezokuThutha uDipuo Peters kulindeleke akhiphe izibalo zezingozi zomgwaqo kanye nebashone kuzona ngesikhathi samaholide, kusho uMnyango wakhe.

ONgqongqoshe bezifundazwe kanye nezinhlangano ezizimele ezigxile kwezokuthutha, yintsha kanye namaphoyisa omgwaqo kulindeleke babeyingxenye yesithangami esizoba seMidrand ngoLwesibili.

OLUNYE UDABA: Livele enkantolo iphoyisa elisolwa ngokubulala umshayeli

Eminyakeni embili eyedlule, senyukile isibalo sabantu abashone ezingozini zomgwaqo ngesikhathi samaholidi.

UPeters wathi phakathi kukaDisemba 1, 2015 noJanuwari 11, 2016 bangu-1 387 abantu abashona ezingozini zomgwaqo, nokuyisibalo esakhuphuka ngo-11% uma kuqhathanisa nesikhathi esifanayo ngo-2014.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.