Kulindeleke kukhishwe umbiko ngokufa kweziguli ezaziphazamiseke ngokomqondo

2017-02-01 07:33

Johannesburg – Kulindeleke ukuba obhekelele ukusebenza koMnyango wezeMpilo namhlanje ngoLwesithathu akhiphe umbiko ngokushona kweziguli ezingu-36 ezaziphazamiseke ngokomqondo eGauteng.

Ukukhishwa kombiko phambilini kwabambezeleka ngenxa yokuthi uNgqongqoshe woMnyango wezeMpilo eGauteng uQedani Mahlangu wayedinga isikhathi esanele sokufundisisa usomqulu.

Obhekelele ukusebenza koMnyango wezeMpilo, uMalegapuru Makgoba, uthe wanikeza uMahlangu umbiko wesikhashana ngoJanuwari 6.

Wavuma ukuthi kuzoshaya uLwesishanu, Januwari 13, esephendulile, usho kanje.

OLUNYE UDABA: Kudutshulwe kwabulawa oweislisa ngaphandle komuzi kasaziwayo

Ngalobo busuku, wathola incwadi ecela ukuba elulelwe isikhathi.

NgoSepthemba wangonyaka odlule uNgqongqoshe woMnyango wezeMpilo u-Aaron Motsoaledi wacela uMakgoba ukuba aphenye ngokufa kweziqulu ezingu-36 ngemuva kokukhishwa eLife Esidimeni hospital eGoli zayongeniswa ezikhungweni zezempilo ezizimele ngoMeyi nangoJuni.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.