Kulindeleke kuqhubeke ngaphansi kweso lamaphoyisa ukufunda enyuvesi

2017-05-25 07:30

Pretoria –  Ukufunda esikhungweni saseTshwane University of Technology (TUT) kuzoqhubeka namhlanje ngoLwesine ngaphansi kweso elibukhali lamaphoyisa kulandela ukumiswa kwakho ngoLwesithathu ngenxa yombhikisho wabasebenzi abayingxenye ye-#OutsourcingMustFall.

Kukholakala ukuthi ababhikishi bavale isango elikhulu elingenela enyuvesi ngoba befuna indawo yokudlela ibengaphansi kwenyuvesi, kanjalo nabasebenzi abaklinayo kanye nonogada.

Okhulumela i-TUT uWilla de Ruyter uthe abasebenzi bebebhikisha ngokungemthetho ngaphandle kwesango elikhulu esikhungweni sasePitoli, nokuholele ekutheni kumiswe ukufunda.

OLUNYE UDABA: Iphuthunyiswe esibhedlela ingane etholakale emgodini wethoyilethi

UDe Ruyter uthe sebenohlelo abalwenze namaphoyisa kanye nonogada abazimele ukuqinisekisa ukuthi ukufunda kuyaqhubeka ngoLwesine.

"Inyuvesi iyalihlonipha ilungelo lokubhikisha, kodwa ayihambisani nemibhikisho engekho emthethweni, ephazamisa imisebenzi (yenyuvesi) ikakhulukazi njengoba abafundi sebezobhala izivivinyo."

UDe Ruyter uthe umhlangano we-Insourcing Task Team, ophakanyiswe ababambiqhaza, uhlelelwe uMeyi 26.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.