Kulindeleke livele enkantolo iphoyisa elisolwa ngokukhwabanisa

2018-01-18 08:06

Pretoria – Iphoyisa lophiko lwezobunhloli kulindeleke livele eNkantolo yamacala emali ePitoli ngoLwesine kulandela ukuboshwa yi-Independent Police Investigative Directorate.

Iphoyisa liboshwe eMnyangweni wezokuHlunyeleliswa kwezimilo eTshwane. Lisolwa ngokukhwabanisa imali yophiko.

Iphoyisa lisolwa nangokubandakanyeka esigamekweni esenzeka e-OR Tambo International Airport lapho kwebiwa khona imali engu-R200m ngoMashi ngonyaka odlule.

Esitatimendeni esifungelwe esibonwe yiNews24 kuvela ukuthi kwagunyazwa ukuba kuthengwe amakhethini angabiza uR563 005, ayezofakwa ezindlini okubhaca kuzona abasuke bevikelwe umthetho.

OLUNYE UDABA: Esinye isikhulu sezempilo sesisulile esikhundleni

Uphenyo ngalolu daba lwathola ukuthi empeleni amakhethini ayebiza u-R78 763.06.

Ngokwemiqulu yoMnyango wezobulungiswa, ebonwe yiNews24, iphoyisa leli lake laboshwa ngo-1994 laphinde lalahlwa ngecala lokuphanga ngesihluku ngo-1996.

Lahlala iminyaka emibili ejele kweyishumi elaligwetshwe yona, ngemuva kwalokho labuyiselwa emaphoyiseni kulandela ukuthola ushwele, kusho i-Ipid

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.