Kulindeleke ukuba avele osolwa ngamacala okubulala ehostela KwaMashu

2016-07-06 10:01

Durban - Kulindeleke ukuba ivele eNkatolo yeMantshi yaseNtuzuma indoda ngamacala amabili okubulala abikwa ehostela laKwaMashu ngempelasonto.

Le ndoda yaboshwa ngabaseshi baKwaMashu ngemuva kokuncinzwa indlebe ngokuthi ukuphi umsolwa.

Kusolwa ukuthi ngemuva kokuba iqembu labantu libambe inkunzi ithaveni KwaMashu oyedwa wezisulu owabanjwa inkunzi wahlanganisa abangani bakhe kwase kuyobhekwa abasolwa.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe osolwa ngokubulala ehostela KwaMashu

Ngesikhathi kufunwa abasolwa baya emjondolo okuJabula Road ehostela KwaMashu lapho abahlangana khona nezisulu ezimbili owesilisa nowesifazane.

Abasolwa nabangani kusolwa ukutho badubula babulala izisulu ezimbili emjondolo base babaleka ngezinyawo endaweni yesuigameko. Amaphoyisa aKwaMashu abizelwa endaweni yesigameko kwavulwa amacala amabili okubulala.

Nhokwesitatimende uKhomishana wamaphoyisa esifundazweni uMajor General Bhekinkosi Langa ushayele ihlombe amaphoyisa ngokubopha umsolwa ngokushesha ngamacala amabili okubulla.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.