Kulindeleke ukuba avele owesifazane otholwe nezidakamizwa

2016-05-04 08:28

Cape Town - Kuboshwe owesifazane ngoLwesibili ngemuva kokutholakala nokuyinto abakwa-South African Revenue Service (Sars) bakubiza ngezidakamizwa zohlobo lwe-Cocaine obekusephepheni lukashokoledi, okulinganiselwe emalini engu-R1.2 million.

Iziphathimandla zakwaSars ezisebenzela esikhumulweni sezindiza eKapa zithole izidakamizwa ezinesisindo esingama-4Kg ngoMsombuluko ebusuku ngemuva kokuseshwa kwezimpahla zakhe.

OLUNYE UDABA: Izidakamizwa zezigidi zamarandi zitholakale esikhumulweni sezindiza

Ngesikhathi kuseshwa izikhwama zakhe kutholakale amakhathoni kashokoledi amaningi, lo wesifazane wangakwazi ukukhipha iziliphu ezitshengisa ukuthi uwuthengile.

"Kube sekuvela ukuthi kugxishwe impuphu emhlophe okuthe uma ihlolwa kotholakala ukuthi yi-cocaine," kusho uSars.

Lo wesifazane nempahla yakhe ube esedluliselwa emaphoyiseni ophiko i-South African Police Service ukuze baqhubeke nophenyo.

Lo wesifazane ulindeleke ukuba avele eNkntolo yeMantshi yaseBellville ngoLwesithathu.




 - African News Agency

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.