Kulindeleke ukuba bavele abaphambane nowokhetho eLimpopo

2016-08-05 07:18

Johannesburg - Abantu ababili ababoshelwe izinsolo zokuphambana nomthetho woKhetho nokuzama ukweba isibhamu samaphoyisa bazovela okokuqala eNkantolo yeMantshi yaseMalamulele eLimpopo ngoLwesihlanu.

Oyedwa wabasolwa usolwa ngokulwisana nomunye wabasebenzi be-IEC nephoyisa ngesikhathi evinjwa ukuba athathe isithombe ebhokisini lokuvotela eShigalo village ngaphandle kwaseMalamulele.

OLUNYE UDABA: Kuqhubuke umsindo kuvotwa eLimpopo kulandela ukukhala kweselula yendoda

Oyedwa walaba ababoshiwe kusolwa ukuthi uhlwithe iphoyisa isibhamu esitholwe ngemuva kwesikhashana.

Lokhu kumise ukuqhubeka kokuvota amahora amaningi ngoLwesithathu.

Iveni lamaphoyisa ebeligijimisa umsolwa obaleke nesibhamu sephoyisa ishayisile yalimaza owesifazane obebuka isigameko egcekeni lakwakhe.

Lo wesifazane osekutholile ukwelashwa kanti usephumile nasesibhedlela, kubika i-SABC

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.