Kulindeleke ukuba ehle amanani ophethiloli ngenyanga kaMandulo

2016-08-16 07:45

Durban  - Abashayeli bezimoto zazozithokozela lezi zindaba zokwehla kukaphethiloli ngenyanga ezayo, kubika EyeWitnessNews.

Izibalo ezivelayo zikhombisa ukuthi uphethiloli ungehla ngo-69 senti ilitha ngemuva kokuthi wehle ngo-99 senti kule nyanga.

‘Funda nalolu daba:Ungase wehle ngo-R1 uphethiloli ngezayo - AA

Okhulumela abe-AA uLayton Beard uthe inani likaphethiloli, elikadizili kanye nopharafini kuzokwehla.

“Kulindeleke ukuba udizili nophethiloli wehle ngo-92 senti, lokhu kuholwa ukuqina kwamandla eRandi.”

UBeard uqhubeke wathi yize ekhulile amanani kaphethiloli emhlabeni wonke jikelele, iRandi libonakalise okukhulu ukudlondlobala.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.