Kulindeleke ukuba ekaLundi ihanjelwe ezinye izihlabani zeGospel

2017-01-31 13:00

Johannesburg - Kuzohlanganyela bonke abalandeli bomculi weGospel, uLundi Tyamara esontweni iGrace Bible Church eGoli kuyobanjwa inkonzo yesikhumbuzo namuhla (ngoLwesibili) ntambama.

UTyamara, 38, ushone ngesonto eledlule ngemuva kokugula isikhathi eside ephethwe yi-TB yesisu nenkinga yesibindi.

OLUNYE UDABA: ULundi usebenzise ithalente ukuqhuba umzabalazo – EFF

Imenenja yakhe u-Anele Hlazo uthe: "Silindele ukuba le nkonzo ihanjelwe yiwo wonke muntu okule mboni, kubalwa noRebecca Malope, abangani, ozakwabo namalungu omphakathi."

UTyamara uzobekwa endaweni yakhe yokugcina ngeSonto, eWorcester, eWestern Cape.

Lo mculi uzokhumbuleka ngezingoma zakhe zokholo okubalwa kuzo ethi Mphefumulo Wami.

 -EWN

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.