Kulindeleke ukuba libuyele enkantolo elikaYengeni

2017-01-27 11:32

Cape Town - Kulindeleke ukuba libuyele eNkantolo yeMantshi yaseKapa namuhla (ngoLwesihlanu) iLungu leKomidi likaKhongolose eliphezulu ngecala lokushayela lidle amanzi amponjwana .

Ngaphambilini uYengeni watshela inkantolo ukuthi wayengadakiwe bngesikhathi eboshwa ngomhlaka-11 Agasti 2013 eGreenpoint eKapa.

OLUNYE UDABA: Liyaqala icala likaTony Yengeni enkantolo

Uthe usola ukuthi i-Democratic Alliance (DA) emakhele itulo ngecala abhene nalo.

UYengeni umile kwelokuthi wahabula kathathu otshwaleni besiZulu ngosuku aboshwa ngalo futhi wayengadakiwe.

Yize kunjalo, izinga lotshwala egazini liveza ukuthi liphindaphindwe kathathu.

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.