Kulindeleke ukuba liqale ukuqulwa elowabulala owayeyintombi

2017-10-10 12:30

Johannesburg - Kulindeleke ukuba liqale ukuqulwa namuhla (ngoLwesibili) eNkantolo eNkulu yasePort Elizabeth icala lendoda edabuka eZimbabwe esolwa ngokubulala owayeyintombi.

Ngomhlaka-11 Septhemba, le ndoda yala yaphetha ukuphuma evenini lamaphoyisa eyayiligibele. Amaphoyisa asenkantolo athe  le ndoda, 30, yagoqa ihembe idiniwe yanqaba ukwehla evenini iyovela phambi kweJaji u-Irma Schoeman.

OLUNYE UDABA:Liyavela enkantolo iphoyisa 'elishaye' owayeyintombi nosana

Ngesikhathi isingenile esitokisini senkantolo, yaphinde yanqaba ukuyovela enkantolo, amaphoyisa ayinxusa ukuba iyongena ebhokisini.

Kuthiwa kwavele kwacaca ukuthi ayeneme neze ngabantu abahlezi enkantolo njengoba ibizwakala iphikisana nabasebenzi basenkantoo.

NgokoMbuso le ndoda isolwa ngokuya emzini wowayeyintombi ihlome ngensimbi nommese ngoNovemba wonyaka odlule.

UMbuso usola ukuthi le ndoda yakhahlela umnyango yangena endlini yowayeyintombi ngesikhathi elele. Kusolwa ukuthi yayishaya ngempama yayiphushela odongeni. Kusolwa nokuthi yajikela nesoka layo yalishaya ngensimbi.

Kubikwa ukuthi le ndoda yathatha lo wesifazane yahamba naye baya emijondolo eseMotherwell lapho eyayidlwengulela khona izikhawu ezimbili.

Le ndoda ibhekene namacala okubalwa kuwo elokubulala, ukugqekeza, ukushaya, ukuthumba nokudlwengula.


 - African News Agency

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.