Kulindeleke ukuba sizwakale namuhla esenkantolo ngolwentatheli yakwa-SABC

2016-08-05 10:00

Johannesburg -  INkantolo eNkulu yaseGoli kulindeleke ukuba ikhiphe isinqumo odabeni oluphakathi kwentatheli ye-SABC  uVuyo Mvoko nalo msakazeli womphakathi namuhla ekuseni.

Lesi sinqumo singase simubuyisele emsebenzini noma atshelwe ukuba alinde imiphumela yophenyo lwe-SABC.

OLUNYE UDABA: Sezixoshwe zonke izintatheli zakwa-SABC ebezimisiwe

UMvoko wamiswa emsebenzini kulandela incwadi ayibhalela iThe Star ayegxeka kuyo indlela i-SABC esisebenza ngayo.

UMvoko obenza umsebenzi omhleli waxoshwa nezinye izintatheli eziyisikhombisa zakwa-SABC ngenyanga ephelile ngokuphumela obala ngokungakwazi ukusebenza ngokukhululeka uma zibika izindaba, kubika iThe Mecury.

 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.