Kulindeleke ukuba ubuye manje ntambama ugesi eKurhuleni

2016-06-30 17:31

Johannesburg - Idolobha laseKurhuleni lifisa ukwazisa amakhasimende alo ukuthi ochwepheshe basamatasa balungisa izintambo zikagesi kulandela ukwebiwa kwamakhebula endaweni yaseGlen Marius EXT 24 ngoLwesine ekuseni.

Ukwebiwa kwamakhebula kuphazamise ukusebenza kukagesi endaweni, kubika iKempton Express.

OLUNYE UDABA: UMasipala weTheku uvala ugesi oxhunywe ngokungemthetho

Kulindeleke ukuba ukhanye ntambama ugesi.

Idolobha laseKurhuleni liyaxolisa.

Amakhasimende ayakhuthathazwa ukuba abike uMasipala ku-086 054 3000 uma kukhona ophazamisa ugesi noma kukhona okusolisayo .

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.