Kulindeleke ukuthi line usuku lonke eGauteng

2017-01-25 11:35

Johannesburg - Izangoma zezulu zithi izakhamuzi zaseGauteng azilindele ukuthi line usuku lonke.

Kulindeleke imvula encane emini bese liyayidliva ntambama. 

OLUNYE UDABA: Isazoqhubeka imvula - Izangoma zezulu

UDipuo Tawana okhulumela izangoma zezulu uthe: "Sibona imvula ikakhulukazi eningizimu yesifundazwe eGoli naseVereening.

"EPitoli nasezingxenyeni ezisenyakatho nesifundazwe silindele ukuthi lise bese liyishana kancane."

Uthe kusukela ngezithuba zabo-15:00 kulindeleke ukuthi liyidlive.

 - SABC

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.