Kulindeleke umhlangano wabazali nowezemfundo eGauteng ngolokunukubezwa kwabafundi

2017-10-15 08:30

Johannesburg - Kulindeleke ukuba abazali babafundi besikole esiseSoweto bazobamba umhlangano nezikhulu zomnyango wezemfundo eGauteng namuhla(ngeSonto).

Lo mhlangano uza ngemuva kokuba kunukubezwe abafundi abangu-87 ngokocansi.

Kusolwa ukuthi la bafundi banukubezwe yindoda eneminyaka engu-57 ubudala engunogada kulesi sikole.

OLUNYE UDABA:Kuboshwe unogada wesikole ngezinsolo zokunukubeza omuntuza abangu-54

Umnyango ukhiphe uthishanhloko nethimba lakhe kulesi sikole.

Isisulu esincane kunazo zonke sineminyaka engu-6 ubudala.

Iziphathimandla zikholwa wukuthi lokhu kunukubezwa ngokocansi kwabafundi kuqale ngoFebhuwari, kodwa kuze kwavela ngemuva kokuboshwa komsolwa, 57.

Umtholampilo iTeddy Bear yiwo oluleka la bafundi ngokomqondo.

 - eNCA

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.