Kumbhedele obehlala njengenkosi ejele

2016-07-30 14:07

Asuncion - UJarvis Chimenes Pavao, othathwa njengomunye wabashushumbisi bezidakamizwa abayingozi eSouth America, usephinde wangena enkingeni.

UPavao, waseBrazil, udonsa isigwebo sakhe ejele eliseParaguayan.

Amaphoyisa athuke abamba ongezansi ngesikhathi engena esitokisini sakhe asithola sifana ncamashi nendlu kanokusho.

Lesi siboshwa, esisolwa nangokwakha itulo lokweqa ejele, sibanjwe ngesikhathi amaphoyisa etheleka kungazelele muntu.

OLUNYE UDABA: Kuzophenywa ngokuthiwa uphila buthebelele ejele

Kuthiwa lesi sitokisi esibizwa nge-"VIP cell" sinamagumbi amathathu, ikhishi, igumbi lokugezela nendawo yokubamba imihlangano.

UPavao kuthiwa ufumbathisa ojele nezikhulu ukuze ahlale buthebelele ejele.

UNgqongqoshe wezobuLungiswa usekhiphe umyalelo wokuthi kubhidlizwe lesi sitokisi, uPavao ayotoka nezinye iziboshwa.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.