Kumbhedele ozame ukubamba inkunzi ngesibhamu sokudlala

2017-10-26 14:01

EMpangeni - Isigebengu esizame ukubamba inkunzi ngesibhamu sokudlala sibanjwa ngamalungu omphakathi waseCactus Drive, eMpangeni.

Ngokubika kwephephandaba iZululand Observer lo mlisa oseminyakeni eko-30 ubudala ubanjwe wumphakathi wamubopha izandla nezinyawo ukuze angakwazi ukubaleka.

Ngokusho kuka Vusi Chili, osebenzela iRoad Traffic Inspectorate (RTI) ubehamba kule ndawo ngasikhathi ezwa owesimame ememeza.

“Ngizwe owesimame ekhala, ngajikisa imoto ngenhloso yokuyobona ukuthi kwenzakalani.

"Ngithe uma ngibheka ngabona owesilisa ebaleka eza ngakumina, ngazama ukumvimba ngemoto,” kusho uChili.

OLUNYE UDABA:Kumiswe iphoyisa 'elibulale' obephethe isibhamu sethoyizi

UChili uthi lo mlisa ukhiphe isibhamu wamkhomba ngaso embuza ukuthi ungubani ngaphambi kokuba adubule izikhathi ezimbalwa.

“Yilapho engibone khona ukuthi uphethe isibhamu sethoyizi,” kuqhubeka uChili.

Umsolwa usuke lapho wazama ukubaleka, nokuyilapho bemjahe khona bamubamba, zase ziyamkhalela.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.