Kumbiwe isidumbu okusolwa ukuthi sacwiywa

2018-01-19 08:05

Thohoyandou – Isidumbu sowesifazabe oneminyaka engu-28 ubudala onesiphiwo [albinism] simbiwe ngamaphoyisa eLimpopo endaweni yaseTshitavha Village, ngaphandle kwaseThohoyandou ngoLwesine.

Simbiwe ngoba kusolwa ukuthi isidumbu sacwiywa.

Amaphoyisa ancinzwe indlebe ngokuphazanyiswa kwethuna nangokucwiywa kwesidumbu endaweni, ngokusho kokukhulumela amaphoyisa aseLimpopo, uBrigadier Motlafelo Mojapelo.

"Kungokwesithupha kumbiwa izidumbu endaweni. Isidumbu sesizoya kohlolwa ukuthola ukuthi ngabe sacwiywa yini,” kusho uMojapelo kwiNews24.

Ezinyangeni ezintathu ezedlule, odokotela bezidumbu bathola ukuthi kunezicubu ezicwiyiwe ngesikhathi amaphoyisa emba isidumbu amathuneni lamawele ayenezinyanga ezingu-18 ezelwe.

OLUNYE UDABA: Owesifazane uphoqe ukuba enze ucansi lomlomo nezinja

Kunamahlebenzi athi izicubu zisetshenziselwa ukuthakatha.

UMojapelo uthi bahlanu abantu asebeboshiwe kuze kube manje, ababili kubona bangabelaphi bendabuko.

Bavela enkantolo ngenyanga edlule, icala lahlehliswa ukuze kuqhutshwe uphenyo.

Bazogcinwa esitikisini kuze kube bayavela futhi enkantolo ngoJanuwari 31.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.