Kumbiwe ithuna kwebiwa izicubu zoyi-albino - Umbiko

2018-03-15 18:00

Johannesburg - Kuvulwe idokodo ngemuva kokuba kumbiwe ithuna lomuntu ophila nebala elimhlophe, i-albino, ePienaar, eMpumalanga.

Lo muntu wesilisa oneminyaka engu-28 ubudala wabekwa ngoMgqibelo endaweni yakhe yokugcina kanti ithuna lakhe limbiwe ngoMsombuluko ngabasebenzi bakwamasipala, kunezinye izicubu zomzimba ezingekho.

"Umndeni kamufi wabikelwa ngokwenzekile. Isidumbu sabuyiselwa emakhazeni ukuze kuzoqhutshekwa nophenyo.

"Nakuba ingekho eminye imininingwane ngezicubu zomzimba ezinyamalele kodwa zona zikhona ezidukile," kusho uBrigadier Leonard Hlathi, okhulumela amaphoyisa aseMpumalanga.

OLUNYE UDABA:Kubanjwe isihlobo sizama ukudayisa umfana oyi-albino

Ngenyanga edlule amaphoyisa aseMpumalanga abopha ababandakanyeka ekuthunjweni kwezingane ezimbili ezathathwa zilele kubo eHlalanikahle zatholwa seziyizidumbu eWitbank.

UGabisile Shabani, 13, oyi-albino kukholakala ukuthi wabulawela ukuba acwiywe izicubu zomzimba.

Enye ingane enezinyanga ezingu-15 izelwe, uNkosikhona Ngwenya, kusolakala ukuthi yathunjwa ngephutha iphanjaniswa nenye ingane eyi-albino yakuwona lo muzi.

 - SowetanLive

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.