Kumbulwa kwembeswa enganeni eshayiswe yimoto ebihlehla

2016-08-08 16:05

Durban - Ilwela impilo yayo ingane yomfana esibhedlela ngemuva kokushayiswa yimoto ebihlehla KwaXimba eCato Ridge ngoMsombuluko.

Okhulumela owe-ER24 uChitra Bodasing uthe abosizo lokuqala baphuthuma ukuyosiza ingane enezinyanga ezingu-18 izelwe ngemuva kokungena emtholampilo.

OLUNYE UDABA: Kumbulwa kwembeswa koshayiswe yimoto kuafreeway

"Abosizo lokuqala babizelwa emtholampilo bafica onesi beyisiza ingane. Kwatholakala ukuthi le ngane ilimale kanzima," usho njlao.

Abosizo lokuqala bacela ukuba ingane iphuthunyiswe esibhedlela ngendiza enophephela emhlane.

"Ingane yaphuthunyiswa esibhedlela ngendiza. Imininingwane ngesigameko ayikacaci kanti kuzoqaliswa uphenyo."

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.