Kume ukusebenza edepho kaphethiloli ePitoli

2016-08-01 14:30

Durban – Ukusatshiswa ngamalunga enyunyane etelekile sekumise ukusebenza kwidepho kaphethiloli enkulu ePitoli.

Lokhu kuholele ekutheni amagalaji amaningi azithole engenawo uphethiloli enyakatho nesifundazwe saseGauteng.

OLUNYE UDABA:Abashayeli baxwayiswa ngokuthi bagcwalise uphethiloli

Ngokusho kukaFani Tshifularo, ongumqondisi omkhulu kuSosathini weMboni kaPhethiloli eNingizimu Afrika izingxoxo zokukhushulwa kwamaholo lapho ekuhluzwa khona uwoyela akuzange kuhambe kahle ngesonto eledlule.

Lokhu kwaholela ekutheni inyunyana iCeppwawu okungenye yezintathu ezinkulu kunazo zonke kulemboni itshele amalunga ayo ukuthi ashiye phansi amathuluzi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.