Kumele sinqobe nakanjani - OweBanyana

2016-08-06 13:33

Brasilia - Umqeqeshi weBanyana Banyana uVera Pauw usewuchaze njengowafa wafa umdlalo wabo neChina kuma-Olympic.

Lama qembu womabili ahlulwa emidlalweni yawo yokuqala kaGroup E.

Funda nalolu daba: IDowns ayikaliphosi ithawula ngowe-Ajax - Umbuko

“Amaqembu womabili adinga umphumela omuhle ngemuva kokungenzi kahle emidlalweni yethu yokuqala. Ngakho lokho kuwenza lo mdlalo kube uwafa wafa ngoba kuzomele siwine nakanjani ukuze sizibeke ethubeni lokudlulela phambili,” kusho uPauw.

UPauw uthi iChina akulona iqembu abangalithatha kancane nakuba lishaywe kabulungu yiBrazil, kubika iKickOff.com.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.