Kumenyezelwe ukuba zivule icala ngokusongelwa izintatheli zakwa-SABC

2016-12-14 19:30

Johannesburg - Amaphoyisa ophiko lwe-South African Police Service (SAPS) acele ukuba izintatheli ezaziwa nge-SABC 8 ezisongelwe ngokubulawa zibikele amaphoyisa ngezinsongo.

Lesi sicelo esivela emaphoyiseni simenyezelwe wuSihlalo wekomidi lasePhalamende uVincent Smith, lokhu kuza ngemuva kokuba kusongelwe zintatheli ezethule ubufakazi ephalamende.

OLUNYE UDABA: Zisongelwa ngokubulawa izintatheli zeSABC

Umlayezo obhekiswe kulezi zintatheli kuthiwa ufundeka kanje: "Badayisi, ukuvikela abangani benu abamhlophe ephalamende abaqale lento, nikhuluma amanga ngamaqabane enu. Niyaxwayiswa…bukani kugeleza igazi.

Lezi zintatheli ziyingxenye yofakazi ekomidini lasePhalamende eliphenya ngokuthi ibhodi le-SABC lisawufanele yini umsebenzi.  

 - SABC

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.