Kuminze indoda yashona e-swimming pool yaseRobben Island

2016-12-27 11:00

Cape Town - Kuminze indoda eneminyaka engu-21 ubudala e-swimming pool yaseRobbin Island eKapa ngoMsombuluko ekuseni, kusho abeNational Sea Rescue Institute (NSRI).

Le ndoda, yasePhillipi, iminze ngesikhathi ivakashele amalungu omndeni asebenze eRobbin Island, kusho okhulumela iNSRI uCraig Lambinon esitatimendeni.

OLUNYE UDABA: Kugwilize umfana behambe nesikole

ULambinon uthe le ndoda yenziwe i-CPR ngunesi wakule-Island ngemuva kokukhishwa e-pool.

"Ngesikhathi sifika emtateni waseMurrays, abeNSRI baphuthunyiswe eswmmming pool ngabasebenzi baseRobbin Island kwafika nabosizo lokuqala be-EMS/AMSA ngendiza enophephela emhlane endaweni yesigameko kodwa ngeshwa le ndoda kutholakale ukuthi isiphume umphefumulo."

ULambinon uthe amaphoyisa abehlela ukuthatha isidumbu eyosihlola. Kuvulwe idokodo.

"Kuduliswa amazwi enduduzo emdnenini nakubangani bale ndoda," kushio uLambinon.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.