Kuminze indodana yesikhulu sakuleli e-Austria

2018-05-06 18:18

Lowo osebenza njengeNuclear Inspector ngaphansi kwe-International Atomic Energy Agency (IAEA) ushonelwe yindodana yakhe, 16, ngemuva kwesigameko sokugwiliza esenzeke e-Austria kuleli sonto.

UMongameli Nangu, obefunda eVienna International Christian Academy, uminze eDanube River ngoLwesibili.

Ubaba kaMongameli, uMongezi Nangu, uthe isidumbu sendodana yakhe size satholakala ngoLwesihlanu, ngemuva kwezinsuku ezimbili kujutshwe ithimba eliphezulu labatakuli e-Austria.

UNangu ongumunye wabahloli abangu-12 be-IAEA, okuyinhlangano obhekelele ezenuzi ezinze eVienna, e-Austria.

OLUNYE UDABA: Kuminze umfanyana, 2, elandela inja iya emfuleni

Akazange atholakale ukuba aphawule ngokushesha.

Ngokomsebenzi owenziwa ngabahloli bayo, i-IAEA iqinisekisa ukuthi amazwe awakhiqizi izikhali zenuzi ngasese.

I-IAEA yadlala indima enkulu ekubeni yizingqapheli ohlelweni lwenuzi e-Iran.

Umndeni kaNangu wafudukela eVienna eminyakeni emibili eyedlule.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Trauma/Emergency RN

Cape Town
Mass Staffing Projects
R300 000.00 - R400 000.00 Per Year

Trainee Accountant

Cape Town
Certified Master Auditors (South Africa) Inc.
R5 000.00 - R15 000.00 Per Month

Learnership for People Living with a Disability

Western Cape
Isilumko Staffing (CPT)
R4 500.00 - R5 000.00 Per Month

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.