Kuminze ingane yesikole izama ukuwela umfula omncane eGoli

2017-01-31 16:03

Johannebsurg - Abosizo lokuqala bebesendaweni yesigameko eTembisa lapho okutholakale khona isidumbu sentombazane eneminyaka engu-13 ubudala ngoLwesibili.

Le ntombazane esencane iminze ngesikhathi izama ukuwela umfula omncane kulandela imvula enkulu ngoMsombuluko.

OLUNYE UDABA: Ividiyo: Buka izikhukhula ezidalwe imvula ebishaya eThekwini

Owosizo lokuqala uWilliam Ntladi uthe: "Isigameko senzeke ngemuva kokuphuma kwesikole ngesikhathi wonke umuntu esegodukile. Bekunomfula omncane obugijima. Bane abazame ukuwela kodwa ubunamandla kakhulu ukuthi bengawela."

Isimo sezulu asisihle eGoli njengoba imvula ilokhu iyishayile kwaze kwaholela ekutheni kuvalwe eminye imigwaqo kanti kweminye kube nesiminyaminya sezimoto ngenxa yezikhukhula.

 - EWN

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.