Kuminze kwashona umfana, 4, e-swimming pool

2017-09-25 09:12

Johannesburg - Kuminze umfana oneminyaka emine ubudala e-swimming pool, eHelderkruim, entshonalanga yeGoli, ngesonto ebusuku, kuqinisekisa abosizo lokuqala.

Kukholakala ukuthi lo mfana ukhishwe yilungu lomndeni, elimthole entanta phezu kwamanzi epool.

OLUNYE UDABA:Kugwilize kwashona ona-14 olwandle eThekwini

Okhulumela i-ER24 uRussel Meiring, uthe abosizo lokuqala babizelwe endaweni yesigameko yinkampani yonogada kwathi uma befika bafica unogada ezama ukuhlenga lo mfana ngokumenza i-CPR eduzane nepool.

"Kusetshenziswe imishini ukuzama ukuhlenga lo mfana, kodwa ngeshwa ngemuva kwemizuzu engu-45, lo mfana engatshengisi izimpawu zokuphila wahlonzwa njengoshonile khona endaweni yesigameko," usho njalo.

Iziphathimandla ziyaphenya.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.